Revision 97289 of "Ihhabhula" on zuwiki

[[File:Red Apple.jpg|thumb]]
'''IPhumezi''' liyisithelo esidliwayo esithelwa isihlalhla sephumezi (Malus domestica). Izihlahla zephumezi zilinywa mhlaba wonke futhi ziwumqhinqo olinywa kabanzi esizalweni Malu. Lesi sihlahla indabuko yaso ise-Eshiya ephakathi, lapho ukhokho waso wandulo, obizwa Malu sieversii, etholakala khona nanamuhla. Amaphumezi ayelinywa izinkulungwane zeminyaka kwelase Eshiya naseYurophu futhi asatshalaliswa umhlaba wonke, okwaba ukufika kwawo eNingizimu afrika ngezikhathi zobukoloni.

{{stub}}

[[Category:Izithelo]]


[[de:Kulturapfel#Früchte]]